Amasu Okufunda
Smith, Joseph, omDala


Smith, Joseph, omDala

Ngubaba womPhrofethi uJoseph Smith. Wazalwa ngomhlaka 12 Julayi 1771. Waganwa nguLucy Mack, futhi baba nabantwana abayisishiyagalolunye (JS—uMl. 1:4). UJoseph waba yikholwa elithembekileyo ekubuyiselweni kwezinsuku zokugcina futhi waba ngumPhatriyakhe wokuqala eBandleni. Wafa ngomhlaka 14 Septhemba 1840.