Amasu Okufunda
Ishmayeli, indodana ka-Abrahama


Ishmayeli, indodana ka-Abrahama

ETestamenteni eliDala, yindodana ka-Abrahama kanye noHagari, incekukazi kaSarayi yaseGibithe (Gen. 16:11–16). INkosi yethembisa u-Abrahama kanye noHagari ukuthi u-Ishmayeli wayeyoba ngubaba wesizwe esikhulu (Gen. 21:8–21).