Amasu Okufunda
Zefaniya


Zefaniya

Ngumphrofethi waseTestamenteni eliDala owayephila ngesikhathi sokubusa kukaJosiya (639–608 ngaphambi kukaKristu).

Incwadi kaZefaniya

Isahluko 1 sikhuluma ngosuku oluzayo oluyogcwala ulaka kanye nenkathazo. Isahluko 2 siyala abantu bakwa-Israyeli ukuba bafune ukulunga kanye nobumnene. Isahluko 3 sikhuluma ngokuZa kwesiBili, lapho zonke izizwe zizobuthana ukuba zilwe. Kodwa, iNkosi izobusa phakathi kwazo.