Amasu Okufunda
Ukuhlakanipha


Ukuhlakanipha

Yikhono noma yisipho esivela kuNkulunkulu sokwahlulela ngokuyikho. Umuntu uthola ukuhlakanipha ngokubona kanye nangokufunda kanye nangokulandela izeluleko zikaNkulunkulu. Ngaphandle kosizo lukaNkulunkulu umuntu akabi nakho ukuhlakanipha (2 Nefi 9:28; 27:26).