Amasu Okufunda
Stefanu


Stefanu

UStefanu wayengumfelukholo womSindisi kanye neBandla Lakhe ezikhathini zeTestamenteni eliSha. Ukushumayela kwakhe kwabikezela futhi mhlawumbe kwawukhulisa umsebenzi omkhulu kaPawulu, owayekhona ngesikhathi uStefanu eziphendulela phambi kweSanhedrini (IzE. 8:1; 22:20).