Amasu Okufunda
Uchoko


Uchoko

Yisimo esibi kakhulu sesikhumba okukhulunywa ngaso eTestamenteni eliDala kanye neliSha. Abantu abaningi abaziwayo eBhayibhelini bake bahlushwa yiso ngesikhathi esithile, kuhlanganisa noMose (Eks. 4:6–7), nodadewabo uMiriyamu (Num. 12:10), noNahamani (Ⅱ AmaKh. 5), kanye neNkosi u-Uziya (Ⅱ IziKr. 26:19–21).