Amasu Okufunda
Unembeza


Unembeza

Wumuzwa ongaphakathi wokulungile futhi nokungalungile, ovela ekuKhanyeni kukaKristu okukubo bonke abantu (Moro. 7:16). Sizalwa namandla emvelo okuhlukanisa phakathi kokulungile kanye nokungalungile ngenxa yokuKhanya kukaKristu okunikwe wonke umuntu (Mf&V 84:46). Lamandla abizwa ngokuthi ngunembeza. Ukuba nalamandla kwenza sibe ngabantu abakwazi ukuziphendulela. Njengamanye amandla, onembeza bethu bangapheliswa yisono noma wukusetshenziswa ngendlela engalungile.