Amasu Okufunda
Ubuthakathaka


Ubuthakathaka

Yisimo sokuba ngofayo futhi nokungabi nalo ikhono, amandla, noma ubukhali. Ubuthakathaka yisimo sokuba-khona. Bonke abantu babuthakathaka, futhi kungomusa kaNkulunkulu kuphela ukuthi bathola amandla okwenza izenzo zokulunga (Jakobe 4:6–7). Lobu buthakathaka bubonakala kwenye indawo ebuthakathakeni noma ebuntengentengeni bomuntu umuntu ngamunye anakho.