Amasu Okufunda
Ukuzikhukhumeza


Ukuzikhukhumeza

Wukuntuleka noma wukungabikho kokuthobeka noma kokufundiseka. Ukuzikhukhumeza kwenza abantu baphikisane omunye nomunye futhi noNkulunkulu. Umuntu ozazisayo uzibeka ngaphezulu kwabantu abaseduze naye futhi ulandela intando yakhe kunentando kaNkulunkulu. Ukuzidla, umona, ukuba lukhuni kwenhliziyo, kanye nokuzikhukhumeza nakho futhi kuyisimilo somuntu ozazisayo.