Amasu Okufunda
Jeriko


Jeriko

Yidolobha elizungezwe yizindonga esigodini saseJordani, amamitha angamakhulu amabili namashumi amane nanhlanu ngaphansi kweleveli yolwandle. IJeriko iseduze nendawo lapho abakwa-Israyeli banqamula khona umfula ngesikhathi bengena ezweni lesethembiso (Josh. 2:1–3; 3:16; 6).