Amasu Okufunda
Zelwe


Zelwe

Wukuzalwa. Ukuzala wukubeletha, noma wukunika impilo. Emibhalweni engcwele, lamagama ajwayele ukusetshenziswa ukusho ukuzalwa ngokukaNkulunkulu. Nakuba uJesu Kristu kunguyena yedwa ingane ezelwe nguBaba empilweni yasemhlabeni, bonke abantu bangazalwa ngokomoya nguKristu ngokumemukela, ngokuhlonipha imiyalelo Yakhe, futhi nokuba babe ngabantu abasha ngamandla oMoya oNgcwele.