Amasu Okufunda
Umndeni


Umndeni

Njengokusetshenziswa emibhalweni engcwele, umndeni wenziwa ngumyeni kanye nomfazi, yizingane, futhi kwesinye isikhathi yizihlobo ezihlala endlini eyodwa noma ezingaphansi kwekhanda elilodwa lomndeni. Umndeni ungaba futhi ngumzali oyedwa kanye nezingane, ngumyeni kanye nomfazi ngaphandle kwezingane, noma ngisho umuntu ongashadile ohlala yedwa.

Ojwayelekile

Okufanele kwenziwe ngabazali

Okufanele kwenziwe ngumntwana

Umndeni waphakade

IMfundiso neziVumelwano ibeka ngokucacile isimo saphakade sobudlelwano bomshado kanye nomndeni. Umshado wesilestiyali kanye nokuqhubeka komndeni kuvumela abayeni kanye nabafazi ukuba babe ngonkulunkulu, (Mf&V 132:15–20).