Amasu Okufunda
Umvangeli


Umvangeli

Yilowo ophethe noma omemezela izindaba ezinhle zevangeli likaJesu Kristu. UJoseph Smith wafundisa ukuthi umvangeli kwakungumphatriyakhe. Amaphatriyakhe abizwa futhi agcotshwe ngaphansi kokuyalelwa ngabaPhostoli abaliShumi namBili ukuze anike izibusiso ezithize ezibizwa ngokuthi yizibusiso zomphatriyakhe.