Amasu Okufunda
Dala, Indalo


Dala, Indalo

Wukuhlanganisa. UNkulunkulu, esebenza ngeNdodana Yakhe, uJesu Kristu, wahlanganisa imisuka yemvelo ukwenza amazulu kanye nomhlaba. UBaba oseZulwini noJesu badala umuntu ngomfanekiso Wabo (Mose 2:26–27).