Amasu Okufunda
Umusa


Umusa

Ngamandla avela kuNkulunkulu avumela abesilisa kanye nabesifazane ukuba bathole izibusiso kulempilo futhi nokuthi bazuze ukuphila okuphakade kanye nokuphakanyiswa emuva kokuba sebesebenzise ukholo, baphenduka, futhi benza konke okusemandleni abo ukuba bagcine imiyalelo. Lolusizo noma amandla kaNkulunkulu anikwa ngomusa kanye nangothando lukaNkulunkulu. Wonke umuntu wasemhlabeni uyawudinga umusa kaNkulunkulu ngenxa yokuWa kuka-Adamu futhi nangenxa yobuthakathaka bomuntu.