Amasu Okufunda
Ukuza kwesibili kukaJesu Kristu


Ukuza kwesibili kukaJesu Kristu

Ekuqaleni kwemiNyaka eyiNkulungwane, uKristu uzobuya emhlabeni. Lesi sehlakalo sizokhomba ukuphela kokuvivinywa kwasemhlabeni kulomhlaba. Abakhohlakeleyo bazosuswa emhlabeni futhi abalungileyo bazohlwithwa efwini ngesikhathi umhlaba uhlanzwa. Nakuba engekho umuntu owazi kahle hle ukuthi uKristu uzoza nini okwesibili, usesinike izimpawu zokuba sizibheke ezikhombisa ukuthi isikhathi sesiyasondela (Math. 24; JS—Math. 1).