Amasu Okufunda
Ukukwazi ukuziphendulela, Ukuphendula, Ukuziphendulela


Ukukwazi ukuziphendulela, Ukuphendula, Ukuziphendulela

INkosi isikushilo ukuthi bonke abantu kufanele baziphendulele ngezinhloso, ngezindlela zokucabanga, ngezifiso, kanye nangezenzo zabo.

Ukukwazi ukuziphendulela yilobo budala lapho abantwana bethathwa ngokuthi banomthwalo wokuziphendulela ngezenzo zabo futhi nokuthi sebeyakwazi ukwenza isono futhi nokuphenduka.