Amasu Okufunda
IBandla likaJesu Kristu


IBandla likaJesu Kristu

Yibandla elihlanganisiwe lamakholwa azibiza ngegama likaJesu Kristu ngokubhabhadiswa nangokuqiniswa. Ukuze libe yibandla leqiniso kufanele libe yibandla leNkosi; kufanele libe negunya Lakhe, izimfundiso Zakhe, imithetho Yakhe, izimiso Zakhe, futhi negama Lakhe; futhi kufanele liphathwe Nguye ngabammelayo ababekileyo.