Amasu Okufunda
Isiphambano


Isiphambano

Okwakhiwe ngokhuni uJesu Kristu abethelwa kukho (Marku 15:20–26). Abaningi emhlabeni namhlanje lokhu bakuthatha njengophawu lokuBethelwa kukaKristu futhi nomnikelo wenhlawulo; kodwa, iNkosi isimise eZayo izimpawu zokuBethelwa nomnikelo Wakhe—yisinkwa namanzi esidlo esingcwele (Math. 26:26–28; Mf&V 20:40, 75–79). Emibhalweni engcwele, labo abathatha isiphambano sabo yilabo abamthandayo uJesu Kristu kangangoba bayazenqabela ukungamesabi uNkulunkulu ngokunjalo nazo zonke izinkanuko zomhlaba futhi bagcine imiyalelo Yakhe (HJS, Math. 16:25–26 [Isithasiselo]).