Amasu Okufunda
Isibonakaliso senkululeko


Isibonakaliso senkululeko

Yindwangu eyaphakanyiswa nguMoroni, umphathi omkhulu wamabutho amaNefi eNcwadini kaMormoni. UMoroni wenza lendwagu ukuze ashisekelise abantu bakwaNefi ukuba bavikele inkolo yabo, inkululeko yabo, ukuthula kwabo, kanye nemindeni yabo.