Amasu Okufunda
Damaseku


Damaseku

Wumuzi wakudala waseSiriya.

IDamaseku ime ethafeni elinothile elisonqanqameni logwadule futhi ithola kahle amanzi emfuleni iBarada. Kukhulunywa ngayo kaningi emibhalweni engcwele (kuqala ku Gen. 14:15). UPawulu wayesendleleni yakhe eya eDamaseku ngesikhathi iNkosi evuke kwabafileyo ivela kuye (IzE. 9:1–27; 22:5–16; 26:12–20).