Amasu Okufunda
INcwadi yokuPhila


INcwadi yokuPhila

Ngomqondo othile iNcwadi yokuPhila yiyo yonke imicabango nezenzo zomuntu—ngumbhalo wempilo yakhe. Kodwa, imibhalo engcwele iyakhombisa ukuthi kunombhalo wasezulwini ogciniwe wabathembekileyo, okukhona kuwo namagama abo nezindaba zezenzo zabo zokulunga.