Amasu Okufunda
Isivini seNkosi


Isivini seNkosi

Wuphawu lwensimu okusetshenzelwa kuyo ngokomoya. Emibhalweni engcwele, isivini seNkosi ngokujwayelekile sisho indlu ka-Israyeli noma umbuso kaNkulunkulu osemhlabeni. Kwesinye isikhathi sisho bonke abantu basemhlabeni ezindaweni zonke.