Amasu Okufunda
Betlehema


Betlehema

Yidolobha elincane etholakala amakilomitha ayisishiyagalombili eningizimu yeJerusalema. NgesiHeberu, ukuthi Betlehema kusho ukuthi “indlu yesinkwa”; ibizwa futhi ngokuthi yi-Efratha, okusho ukuthi “okuthelayo.” UJesu Kristu wazalelwa eBetlehema (Mika 5:2; Math. 2:1–8). Yindawo lapho kwangcwatshelwa khona uRaheli (Gen. 35:19; 48:7).