Amasu Okufunda
Amadodana okulahlwa


Amadodana okulahlwa

Ngabalandeli baSathane abazohlupheka naye ebuphakadeni. Amadodana okulahlwa asho (1) labo abalandela uSathane futhi nabaphonswa ngaphandle kwezulu ngenxa yokuhlubuka ngesikhathi sempilo eyandulela eyasemhlabeni kanye (2) nalabo abavunyelwa ukuba bazalwe kulomhlaba benemizimba yemvelo kodwa base besebenzela uSathane futhi bamjikela du uNkulunkulu. Labo abakuleliqembu lesibili bazovuswa kwabafileyo kodwa ngeke bahlengwe ekufeni kwesibili (komoya) futhi ngeke bakwazi ukuhlala embusweni wenkazimulo (Mf&V 88:32, 35).