Amasu Okufunda
Ukuphucwa ubulungu


Ukuphucwa ubulungu

Ukuxoshwa yisijeziso esinzima kakhulu seBandla. Umuntu osexoshiwe akaselona ilungu leBandla. Abaphathi beBandla bangamephuca ubulungu umuntu eBandleni uma kuphela esekhethe ukuphila ngokuphambene nemiyalelo yeNkosi futhi ngaleyo ndlela esezenze wangafaneleka ukuba yilungu leBandla.