Amasu Okufunda
Ukukhonza


Ukukhonza

Wukuthanda, wukuhlonipha, wukusebenzela, kanye nokunamathela kuNkulunkulu (Mf&V 20:19). Ukukhonza kuhlanganisa umkhuleko, ukuzila ukudla, ukusebenzela ibandla, ukuhlanganyela ezimisweni zevangeli, kanye nakweminye imikhuba ekhombisa ukunamathela kanye nokuthanda uNkulunkulu.