Amasu Okufunda
UBaba oseZulwini


UBaba oseZulwini

Ngubaba wemimoya yabantu bonke (AmaH. 82:6; Math. 5:48; Joh. 10:34; Roma 8:16–17; Gal. 4:7; Ⅰ Joh. 3:2). UJesu yiNdodana Yakhe eZelwe Yodwa enyameni. Umuntu uyalwe ukuba athobele futhi anike inhlonipho kuBaba futhi nokuthi akhuleke Kuye egameni likaJesu.