Amasu Okufunda
ITilongo laseLiberty, eMissouri (eMelika)


ITilongo laseLiberty, eMissouri (eMelika)

Yitilingo elincane lapho uJoseph Smith kanye nabanye babeboshwe khona ngokungafanele kusuka ngoNovemba 1838 kuya kuEpreli 1839. Ngesikhathi ekulezi zimo ezinzima, uJoseph wathola izambulo ezithile, wanika iziphrofetho, futhi washisekeliswa ukuba abhale incwadi eyayibalulekile kwabaNgcwele, amazwi athathwe kuyo aqukethwe kwiMfundiso neziVumelwano 121–123.