Amasu Okufunda
Isu lokuhlengwa


Isu lokuhlengwa

Wukuphelela konke kwevangeli likaJesu Kristu, okuhloswe ngalo ukuletha ukungafi komuntu kanye nokuphila okuphakade. Kulo kukhona inDalo, ukuWa, kanye neNhlawulo, ndawonye nayo yonke imithetho enikwe nguNkulunkulu, izimiso, kanye nezimfundiso. Lelisu lenza ukuba kwenzeke ukuthi bonke abantu baphakanyiswe futhi nokuthi baphile njalonjalo noNkulunkulu (2 Nefi 2; 9). Imibhalo engcwele lelisu ilibiza futhi ngokuthi yisu lensindiso, yisu lenjabulo, kanye nesu lomusa.