Amasu Okufunda
Tomase


Tomase

ETestamenteni eliSha, ngomunye wabaPhostoli abaliShumi namBili bokuqala abakhethwa ngumSindisi ngesikhathi sakhe sobufundisi basemhlabeni (Math. 10:2–3; Joh. 14:5). NgesiGriki leligama nguDidimu (Joh. 20:24–29; 21:2). Nakuba uTomase alungabaza uVuko lukaJesu waze wambona yena uqobo umSindisi, ukuqina kwesimilo sakhe kwamenza avume ukubhekana nokuhlushwa kanye nokufa neNkosi yakhe (Joh. 11:16; 20:19–25).