Amasu Okufunda
Isaka


Isaka

Ngumphatriyakhe waseTestamenteni eliDala. Ukuzalwa kwakhe ngu-Abrahama kanye noSarayi sebegugile kwaba yisimangaliso (Gen. 15:4–6; 17:15–21; 21:1–8). Ukuvuma kuka-Abrahama ukuba anikele ngoIsaka kwakufana noNkulunkulu kanye neNdodana Yakhe eZelwe yoDwa (Jakobe 4:5). U-Isaka wayeyindlalifa yezethembiso zesivumelwano sika-Abrahama (Gen. 21:9–12; 1 Nefi 17:40; Mf&V 27:10).