Amasu Okufunda
Ukwahlukaniselwa


Ukwahlukaniselwa

Wukukhethwa futhi ungcweliselwe izinhloso ezilungileyo. Lokhu kubekwa kungokomsebenzi othile phakathi eBandleni okwenziwa ngokubekwa kwezandla yilowo onegunya elifanele. Yilabo abengamela imigwamanda yobuphristi kuphela abathola izikhiye ngesikhathi behlukaniselwa ubizo. Abantu abehlukaniselwa izikhundla ngaphandle komongameli bemigwamanda yobuphristi bangathola isibusiso sobuphristi, kodwa akukho zikhiye ezinikwa naleso sibusiso.