Amasu Okufunda
Ukulala


Ukulala

Yisimo sokuphumula lapho umuntu engenzi lutho futhi nengqondo ingasebenzi. INkosi yayeluleke abaNgcwele Bayo ukuba bangalali ngaphezulu kokudingekile (Mf&V 88:124). Ukulala kungaba futhi yisifanekiso sokufa ngokomoya (Ⅰ Kor. 11:30; 2 Nefi 1:13) noma ukufa ngokomzimba (Morm. 9:13).