Amasu Okufunda
Iparadesi


Iparadesi

Yileyonxenye yezwe lemimoya lapho imimoya elungileyo esihambile kulempilo ilindele ukuvuka komzimba. Iyisimo senjabulo kanye nokuthula.

IParadesi iyasetshenziswa futhi emibhalweni engcwele ukusho izwe lemimoya (Luka 23:43), umbuso wesilestiyali (Ⅱ Kor. 12:4), kanye nesimo somhlaba seminyaka eyinkulungwane esikhazimulisiwe (Bha. Kho. 1:10).