Amasu Okufunda
Gcoba, Ukugcotshwa


Gcoba, Ukugcotshwa

Wukubeka noma wukunika igunya noma isikhundla. Ukuze asebenzise igunya eBandleni leNkosi, umuntu kufanele abizwe nguNkulunkulu, ngesiphrofetho, futhi nangokubekwa izandla yilabo abasemagunyeni (Bha. Kho. 1:5). Nakuba umuntu engalithola igunya ngokugcotshwa, ulisebenzisa ngaphansi kokuyalelwa yilabo abaphethe izikhiye ezithile zalelogunya.