Amasu Okufunda
Shibiloni


Shibiloni

ENcwadini kaMormoni, yindodana ka-Alima omNcane. UShibiloni wafundisa ivangeli kumaZoramu futhi wahlushwa ngenxa yokulunga kwakhe. INkosi yamkhulula ekuhlushweni kwakhe ngenxa yokuthemebeka kanye nokubekezela kwakhe (Alima 38). UShibiloni futhi wanakekela imibhalo yamaNefi isikhashana (Alima 63:1–2, 11–13).