Amasu Okufunda
Insindiso


Insindiso

Wukusindiswa ekufeni kwemvelo kanye nokomoya. Bonke abantu bazosindiswa ekufeni kwemvelo ngomusa kaNkulunkulu, ngokufa kanye nangoVuko lukaJesu Kristu. Umuntu ngamunye angasindiswa futhi ekufeni komoya ngomusa kaNkulunkulu, ngokukholwa kuJesu Kristu. Lolukholo luboniswa ngempilo yokuthobela imithetho kanye nezimiso zevangeli kanye nokusebenzela uKristu.

Insindiso yabantwana