Amasu Okufunda
AbaFundi abangamaNefi abaThathu


AbaFundi abangamaNefi abaThathu

Ngabathathu abafundi abangamaNefi abakhethwa nguJesu okukhulunywa ngabo eNcwadini kaMormoni.

INkosi yanika laba bafundi isibusiso esifanayo naleso esanikwa uJohane oThandekayo—sokuthi babengahlala emhlabeni ukuze balethe abantu kuKristu kuze kubuye iNkosi futhi. Baguqulwa ukuze bangezwa buhlungu futhi ukuze bangafi (3 Nefi 28).