Amasu Okufunda
Ivangeli


Ivangeli

Yisu likaNkulunkulu lensindiso, elenzeka ngeNhlawulo kaJesu Kristu. Ivangeli lihlanganisa amaqiniso noma imithetho yaphakade, izivumelwano, futhi nezimiso ezidingekayo ukuze abantu bangene futhi lapho kukhona khona uNkulunkulu. UNkulunkulu wabuyisela ukuphelela konke kwevangeli emhlabeni ngeminyaka yekhulu leshumi nesishiyagalolunye ngomPhrofethi uJoseph Smith.