Amasu Okufunda
Izingcwephe zegolide


Izingcwephe zegolide

Ngumbhalo obhalwe ezingcwepheni zegolide. Ukhuluma ngendaba yezizwe ezimbili ezinkulu emazwenikazi aseMelika. UJoseph Smith wahumusha futhi wakhipha njengencwadi inxenye yalezi zingcwephe. Lokhu kuhunyushwa kubizwa ngokuthi yiNcwadi kaMormoni. (Ukuze uthole olunye ulwazi, bheka “Isandulelo” kanye no “Bufakazi bomPhrofethi uJoseph Smith” eNcwadini kaMormoni.)