Amasu Okufunda
Hebroni


Hebroni

Yidolobha lasemandulo lakwaJuda, elaliseningizimu yeJerusalema amakhilomitha angamashumi amathathu nambili. Kwakuyilapho u-Abrahama kanye nomndeni wakhe bangcwatshelwa khona (Gen. 49:29–32). Kwakuyikomkhulu likaDavide ngesikhathi senxenye yakhe yokuqala yokubusa kwakhe (Ⅱ Sam. 5:3–5).