Amasu Okufunda
Jakobe, indodana ka-Isaka


Jakobe, indodana ka-Isaka

Ngumphatriyakhe waseTestamenteni eliDala futhi nomphrofethi; ngomncane emadodaneni angamawele kaIsaka kanye noRebeka (Gen. 25:19–26). UJakobe wathola ubuzibulo phezu komfowabo u-Esawu. Lokhu kwakungenxa yokufanelwa kukaJakobe futhi nokushada kwakhe esivumelwaneni, kanti u-Esawu wadelela ubuzibulo bakhe futhi washada ngaphandle kwesivumelwano (Gen. 25:30–34; 26:34–35; 27; 28:6–9; Heb. 12:16).