Amasu Okufunda
Edene


Edene

Yikhaya labazali bethu bokuqala, u-Adamu no-Eva (Gen. 2:8–3:24; 4:16; 2 Nefi 2:19–25; Mose 3–4; Abr. 5), elibizwa njengensimu, esempumalanga ne-Edene. U-Adamu no-Eva bakhishwa e-Edene emuva kokudla isithelo esingavunyelwe futhi beba ngabafayo (Mose 4:29). Isambulo sezinsuku zokugcina siyayiqinisa indaba yeBhayibheli yeNsimu yase-Edene. Sengeza ulwazi olubalulekile lokuthi insimu yayitholakala lapho manje osekwaziwa ngokuthi yizwekazi laseMelika eliseNyakatho.