Amasu Okufunda
Ukuthethelelwa kwezono


Ukuthethelelwa kwezono

Wukuxolelwa ekwenzeni okungalungile phezu kombandela wokuphenduka. Ukuthethelelwa kwezono kwenzeka ngeNhlawulo kaJesu Kristu. Umuntu uthola ukuthethelelwa kwezono zakhe uma enokholo kuJesu Kristu, ephenduka ezonweni zakhe, emukela izimiso zokubhabhadiswa kanye nokubekwa izandla ukuze athole isipho soMoya oNgcwele, futhi ethobela imiyalelo kaNkulunkulu (Bha. Kho. 1:3–4).