Amasu Okufunda
Ananiya waseJerusalema


Ananiya waseJerusalema

ETestamenteni eliSha, yena nomkakhe, uSafira, baqamba amanga eNkosini ngokugodla inxenye yemali ababeyingcwelisele iNkosi. Kwathi uma uPetru ebhekana nabo ngalokho, bobabili bawela phansi futhi bafa (IzE. 5:1–11).