Amasu Okufunda
Umphikikristu


Umphikikristu

Yilowo noma yilokho okuyinkohliso yesu lensindiso levangeli leqiniso futhi okuphikisa uKristu ngokusobala noma ngokuyimfihlo. UJohane umaMbuli wamchaza umphikikristu njengomkhohlisi (Ⅰ Joh. 2:18–22; 4:3–6; Ⅱ Joh. 1:7). Umphikikristu omkhulu nguLusifa, kodwa unabasizi abaningi, abantu abayimimoya nabantu basemhlabeni.