Amasu Okufunda
AmaZoramu, Zoramu


AmaZoramu, Zoramu

ENcwadini kaMormoni, yinceku kaLabani eyazihlanganisa noNefi kanye noLehi ukuba ize ezweni lesethembiso (1 Nefi 4:31–38). Ngenxa yokwethembeka kukaZoramu, uLehi wambusisa ndawonye namadodana kaLehi uqobo (2 Nefi 1:30–32). Abozalo lwakhe babaziwa ngokuthi ngamaZoramu (Jakobe 1:13).