Amasu Okufunda
Thimothewu


Thimothewu

ETestamenteni eliSha, ngumfundisi omncane owayekanye noPawulu ngesikhathi sobufundisi bukaPawulu (IzE. 16:1–3; Ⅱ Thim. 1:1–5); yindodana kayise ongumGriki kanye nonina ongumJuda; yena kanye nabazali bakhe babehlala eListra.

UPawulu wayekhuluma ngoThimothewu njengo “mntanami ngesiminya ekukholweni” (Ⅰ Thim. 1:2, 18; Ⅱ Thim. 1:2). UThimothewu mhlawumbe kwakungumsizi kaPawulu othembekileyo kakhulu futhi nonekhono kakhulu (Fil. 2:19–23).