Amasu Okufunda
Uhlelo lokuba-munye


Uhlelo lokuba-munye

Yinhlangano abaNgcwele ezinsukwini zokuqala zeBandla elibuyiselwe ababefuna ngayo ukuphila umthetho wokunikela. Abantu bababelana ngezimpahla, ngezinto, kanye nangezinzuzo, bethola lezi zinto ngokwezimfuno kanye nangokwezidingo zabo (Mf&V 51:3; 78:1–15; 104).